Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 15:6 - IsiZulu 2020

6 umngcele wenyukela eBhethi Hogila, wedlule ngasenyakatho eBhethi Araba; uqhubeke njalo uze uye emngceleni wamadodana kaRubeni etsheni likaBhohanu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 umkhawulo wenyukela eBeti Hogila, wadlula ngasenyakatho kweBeti Araba; umkhawulo wakhuphukela etsheni likaBohanu indodana kaRubeni;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 umkhawulo wenyuka waya eBeti Hogila, wadlula ngasenyakatho kweBeti Haraba; intambo ikhuphukele etsheni likaBohani indodana kaRubeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 15:6
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umngcele wangasempumalanga wuLwandle Lukasawoti kuze kube semngceleni weJordani. Umngcele kusukela echwebeni elingasenyakatho kuze kube ngasekupheleni kolwandle, kusukela eJordani,


wedlulele eDebhiri kusuka esigodini i-Akhori, uqhubeke ngasenyakatho, uphenduke ubheke eGiligali elibhekene nommango e-Adumimi ngaseningizimu yesigodi, umngcele, bese wedlula uya emanzini e-Eni Shemeshi; uze uyophela e-Eni Rogeli,


bese uyajika ubheke enyakatho uqonde e-Eni Shemeshi, kusuka lapho uye eGelilothi elibhekene nommango e-Adumimi, wehlele etsheni likaBhohanu indodana kaRubeni;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ