Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 15:41 - IsiZulu 2020

41 iGederothi, iBhethi Dagoni, iNahama, iMakheda; isiyonke imizi ili-16 nemizana yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 neGederoti, neBeti Dagoni, neNahama, neMakheda, imizi iyishumi nesithupha nemizana yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

41 neGederoti, neBeti Dagoni, neNahama, neMakheda; imizi eyishumi nesithupha nemizana yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 15:41
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UBhali Hanani, umGederi, wayephethe iminqumo nemikhiwane okwakusehlanzeni; uJowabe ephethe izigcinamafutha.


NamaFilisti ayefikile ahlasela imizi yasehlanzeni neNegevu kwelakwaJuda, adla iBhethi Shemeshi, i-Ajaloni, iGederothi, iSoko nemizana yalo; ahlala khona.


Kwathi ukuba abangani abathathu bakaJobe bezwe ngakho konke okubi okwakumehlele, bafika njengokuvumelana kwabo ukuzomkhalela nokumduduza, yilowo nalowo esuka endaweni yakhe: u-Elifazi umThemani, uBhilidadi umShuhi, noZofari umNahama.


USimakade wabathela ngokudideka phambi kuka-Israyeli, owacekela phansi abaningi eGibheyoni, wabaxosha ngendlela ekhuphukela eBhethi Horoni, wabacekela phansi ngenkemba kwaze kwaba se-Azeka naseMakheda.


Bonke abantu babuyela kuJoshuwa enkanjini eMakheda bephephile, akubanga bikho owake wakhuluma okubi ngo-Israyeli.


UJoshuwa wadla iMakheda ngalolo lusuku, walichitha ngenkemba nenkosi yalo, waqothula bonke abantu ababekulo, akashiyanga namunye. Wenza enkosini yaseMakheda njengoba ayenzile enkosini yaseJerikho.


inkosi yaseMakheda: iyodwa; inkosi yaseBhethele: iyodwa;


ujike ubheke empumalanga uye eBhethi Dagoni, uze ufike kwaZebuloni nasesigodini i-Ifitha Eli enyakatho ukuya eBhethi Emekhi naseNeyiyeli, uqhubeke ngasenyakatho ubheke eKhabhuli;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ