Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 15:4 - IsiZulu 2020

4 udlulele e-Azimoni, uye emfuleni eGibhithe; uze ugcine olwandle. Lona kuyakuba ngumngcele wenu wangaseningizimu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 wadlula waya e-Asimoni, waya emfuleni waseGibithe; ukuphuma komkhawulo kwakungaselwandle; lowo uyakuba ngumkhawulo wenu waseningizimu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wasuka lapho, waya e-Ashimoni, waphuma waya emfuleni waseGibithe; nokuphuma kwalolo gu kwakungaselwandle; lokhu kuyakuba ugu lwenu oluseningizimu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 15:4
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngalolo lusuku uSimakade wenza isivumelwano no-Abhrama, wathi: “Ngiyakulinika inzalo yakho leli lizwe, kusukela emfuleni oseGibhithe kuze kube semfuleni omkhulu iYufrathe:


USolomoni wawugubha-ke umkhosi ngaleso sikhathi naye wonke u-Israyeli enaye, ibandla elikhulu, kusukela eLebho Hamathi kuze kube semfuleni eGibhithe, ngaphambi kukaSimakade uNkulunkulu wethu, izinsuku eziyisikhombisa nezinsuku eziyisikhombisa, okungukuthi izinsuku ezili-14.


Ngiyokwandisa imingcele yezwe lakho kusukela oLwandle Lomhlanga kuze kufike olwandle lwamaFilisti, kusukela ehlane kuze kushaye emfuleni. Ngiyonipha amandla phezu kwezakhamuzi zezwe, nizixoshe phambi kwenu.


Kuyothi ngalolo lusuku uSimakade avuthulule emfuleni omkhulu, kuze kufike emfuleni eGibhithe, nina bantu bakwa-Israyeli niqoqwe ngamunye ngamunye.


Kusuka e-Asimoni, umngcele uyojika ubheke ngasemfuleni eGibhithe, uphumele olwandle.


kusuka eShihori elisempumalanga yeGibhithe kuya enyakatho emngceleni we-Ekhroni, elaziwa ngokuthi yiKhanani; kunababusi abayisihlanu bamaFilisti, abaseGaza, e-Ashidodi, e-Ashikeloni, e-Githi, nase-Ekhroni, nalabo base-Avimu ngasenyakatho,


uqhubekela ngaseningizimu yommango i-Akhrabhimi, udlulele eZini, ukhuphukele eningizimu eKadeshi Bharineya, wedlule ngaseHezironi, wenyukele e-Adari, ujike uye eKharakha,


I-Ashidodi nemizi nemizana yalo; iGaza nemizi yalo kuze kufike emfuleni eGibhithe, nasoLwandle Olukhulu nogu lwalo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ