UJoshuwa 13:6 - IsiZulu 20206 zonke izakhamuzi zakwelezintaba, kusuka eLebhanoni kuya eMishirefothi Mayimi, nawo wonke amaSidoni. Mina luqobo ngizobaxosha phambi kuka-Israyeli; izwe ngilabele u-Israyeli kuphela, libe yifa lakhe njengalokhu ngikuyalile. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 bonke abakhileyo ezintabeni, kusukela eLebanoni kuze kube seMisirefoti Mayimi, onke amaSidoni; mina ngiyakuwaxosha phambi kwabantwana bakwa-Israyeli, wena-ke ulabele abakwa-Israyeli ngenkatho, libe yifa njengokukuyala kwami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20246 Bonke abakhileyo ezintabeni kusukela eLebanoni kuze kube seMisirefotimayimi, nawo wonke amaSidoni, ngiyobaxosha phambi kwabantwana bakwa-Israyeli; nje ulabele abantwana bakwa-Israyeli ngenkatho njengefa, njengalokho ngakuyala. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |