Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 13:32 - IsiZulu 2020

32 Leli yifa uMose alaba emathafeni akwaMowabi ngaphesheya kweJordani, empumalanga neJerikho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Lawo angamafa uMose awabela emathafeni akwaMowabi phesheya kweJordani, ngaseJeriko ngasempumalanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Lawa angamafa uMose awanika ukuba abe yifa emathafeni akwaMowabi ngaphesheya kweJordani eJeriko ngasempumalanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 13:32
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

nengxenye kwaGileyadi, i-Ashitharothi, ne-Edireyi, imizi yasembusweni ka-Ogi eBhashani; yonke leyo yabelwa abozalo lukaMakhiri, indodana kaManase ngokwemindeni yabo, ingxenye yabozalo lukaMakhiri.


Kepha kwabesizwana sakwaLevi, uMose akabanikanga sabelo esiyifa labo; uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli uyisabelo sabo, njengoba ayeshilo kubo.


Ngokuba uMose wayenike isabelo sezwe ezizweni ezimbili nengxenye ngaphesheya kweJordani, kodwa abaLevi akazange abanike sabelo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ