Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 13:27 - IsiZulu 2020

27 nesigodi saseBhethi Haramu, iBhethi Nimra, iSukhothi neZafoni, nawo wonke umbuso wenkosi uSihoni waseHeshibhoni, iJordani nosebe lwayo, kuze kuyofika ezansi nolwandle iKhinerethi, empumalanga ngaphesheya kweJordani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 nasesigodini: iBeti Haramu, neBeti Nimra, neSukoti, neSafoni, insali yombuso kaSihoni inkosi yaseHeshiboni, iJordani nogu lwalo, kuze kufike ekupheleni kolwandle lwaseKinereti phesheya kweJordani ngasempumalanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

27 nasesigodini iBeti-ram, neBeti Nimra, neSukoti, neSafoni, ingxenye eseleyo yombuso kaSihoni, inkosi yaseHeshiboni, neJordani nemikhawulo yalo, kuze kube semaphethelweni oLwandle lwaseKinereti ngaphesheya kweJordani, ngasempumalanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 13:27
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJakobe walibhekisa eSukhothi, wafike wathi gozololo khona, wakha nemipheme yemfuyo yakhe. Yingakho nje leyo ndawo ayibiza ngokuthi yiSukhothi.


Inkosi yazibumba esigodini eJordani emhlabathini webumba, phakathi kweSukhothi neZarethani.


UNkulunkulu ukhulumile esebungcweleni bakhe, wathi: “Ngizokunqoba, ngihlukanise iShekemi, ngisilinganise iSigodi iSukhothi.


“I-Atharothi, iDibhoni, iJazeri, iNimra, iHeshibhoni, i-Elehale, iSebhamu, iNebho neBhehoni,


iBhethi Nimra, neBhethi Harana, imizi ebiyelweyo nezibaya zezimvu.


wehle eShefamu, uye eRibhila empumalanga e-Ayini, wehle njalo uze ufinyelele emmangweni ongasolwandle iKhinerethi, empumalanga.


Kwathi uJesu emi ngasolwandle iGenezaretha, isixuku samngunga ukuze sizwe izwi likaNkulunkulu.


i-Araba, neJordani kwaba ngumngcele kusukela eKhinerethi kuze kube solwandle i-Araba, kuya oLwandle Lukasawoti, phansi kwemithambeka iPhisiga, ngasempumalanga.


nasemakhosini asenyakatho kwelezintaba, nase-Araba eningizimu eKhinerethi, nasemathafeni, nasezintabeni eDori entshonalanga,


ne-Araba kuya olwandle iKhinerethi, kuya oLwandle i-Araba, nasoLwandle Lukasawoti ngasempumalanga, endleleni eya eBhethi Jeshimothi eningizimu phansi kwemithambeka iPhisiga,


kubuye kusuke eHeshibhoni kuye eRamathi Mizpha neBhethonimi, kusuke eMahanayimi kuya esifundeni saseDebhiri,


Leli kwakuyifa lozalo lukaGadi ngokwemindeni yabo, imizi nezifunda zabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ