Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 10:31 - IsiZulu 2020

31 UJoshuwa wasuka eLibhina nabo bonke abakwa-Israyeli, baya eLakhishi, wakanisa malungana nayo, walwa nayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 UJoshuwa wasuka eLibina nabo bonke abakwa-Israyeli benaye, waya eLakishi, wamisa malungana nalo, walwa nalo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

31 UJoshuwa wasuka eLibina no-Israyeli wonke kanye naye, waya eLakishi, wamisa malungana nalo, walwa nalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 10:31
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abantu bamakhela uzungu eJerusalema, wayesebalekela eLakhishi, kodwa bathumela eLakhishi emva kwakhe, bambulalela khona.


URabi Shake waphindela emuva, emveni kokuba ezwe ukuthi inkosi isukile eLakhishi, wayifumana inkosi yase-Asiriya ilwa neLibhina.


Wabuya uRabi Shake, wafumana inkosi yase-Asiriya ilwa neLibhina, ngokuba wayezwile ukuthi isukile eLakhishi.


Nina enihlala eLakhishi, bophelani ihhashi enqoleni, kube kunguqala kwesono sendodakazi yaseZiyoni, ngokuba iziphambeko zika-Israyeli zitholakale kuwe.


Ngakho-ke u-Adoni Zedeki, inkosi yaseJerusalema, wathumela kuHohamu inkosi yaseHebhroni, nakuPhiramu inkosi yaseJarimuthi, nakuJafiya inkosi yaseLakhishi, nakuDebhiri inkosi yase-Egiloni, wathi:


USimakade wayinikela nayo nenkosi yayo esandleni sabakwa-Israyeli, wayichitha ngenkemba nabo bonke abantu ababekuyo, akashiyanga namunye. Wenza enkosini yaseMakheda njengoba ayenzile enkosini yaseJerikho.


USimakade wayinikela iLakhishi esandleni sabakwa-Israyeli, balidla ngosuku lwesibili, balichitha ngenkemba nabo bonke abantu ababekulo njengoba babenzile eLibhina.


Ngalokho amakhosi ayisihlanu ama-Amori: inkosi yaseJerusalema, inkosi yaseHebhroni, inkosi yaseJarimuthi, inkosi yaseLakhishi, nenkosi yase-Egiloni, ahlanganisa amabutho awo, akhuphuka nayo yonke impi yawo, akanisa malungana neGibheyoni, alwa nalo.


inkosi yaseJarimuthi: iyodwa; inkosi yaseLakhishi: iyodwa;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ