UJoshuwa 10:30 - IsiZulu 202030 USimakade wayinikela nayo nenkosi yayo esandleni sabakwa-Israyeli, wayichitha ngenkemba nabo bonke abantu ababekuyo, akashiyanga namunye. Wenza enkosini yaseMakheda njengoba ayenzile enkosini yaseJerikho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE30 uJehova walinikela nalo nenkosi yalo esandleni sakwa-Israyeli, walichitha ngosiko lwenkemba nabo bonke abakulo, akashiyanga noyedwa owasala phakathi kwalo; wenza-ke kuyo inkosi yalo njengalokho ebenzile kuyo inkosi yaseJeriko. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202430 UJehova walinikela nenkosi yalo esandleni sakwa-Israyeli; walishaya ngosiko lwenkemba nabo bonke ababekulo; akavumelanga ukuba kusale muntu kulo; wenza enkosini yakhe njengalokho enzile enkosini yaseJeriko. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |