UJoshuwa 10:3 - IsiZulu 20203 Ngakho-ke u-Adoni Zedeki, inkosi yaseJerusalema, wathumela kuHohamu inkosi yaseHebhroni, nakuPhiramu inkosi yaseJarimuthi, nakuJafiya inkosi yaseLakhishi, nakuDebhiri inkosi yase-Egiloni, wathi: အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Ngalokho u-Adoni Sedeki inkosi yaseJerusalema wathumela kuHohamu inkosi yaseHebroni, nakuPiramu inkosi yaseJarimuthi, nakuJafiya inkosi yaseLakishi, nakuDebiri inkosi yase-Egiloni, wathi: အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20243 Ngakho u-Adoni-Sedeki inkosi yaseJerusalema wathumela kuHohamu inkosi yaseHebroni nakuPiramu inkosi yaseJarimuthi nakuJafiya inkosi yaseLakishi nakuDebiri inkosi yase-Egiloni, ethi: အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Lapho u-Adoni Zedeki, inkosi yaseJerusalema, esezwile ukuthi uJoshuwa uyidle kanjani i-Ayi, wayishaya wayiqothula, wenza kuyo i-Ayi nenkosi yayo njengalokhu ayenzile kulo iJerikho nenkosi yalo, nokuthi izakhamuzi zaseGibheyoni zasenza kanjani isivumelwano sokuthula no-Israyeli, zahlala phakathi kwakhe;