UJoshuwa 10:13 - IsiZulu 202013 Lase lima ilanga, nenyanga yema, abantu baze baziphindiselela ezitheni zabo. Akulotshiwe yini lokho encwadini yolungileyo, na? Ilanga lema phakathi nomkhathi, alisheshanga ukushona kwangathi wusuku lonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Lase lima ilanga, nenyanga yahlala, abantu baze baziphindisela ezitheni zabo. Akulotshiwe yini lokho eNcwadini Yolungileyo na? Ilanga lema phakathi nomkhathi, alisheshanga ukushona kungathi usuku lonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202413 Ilanga lama, nenyanga yahlala, abantu baze baziphindiselela ezitheni zabo. Akulotshiwe yini encwadini kaJasheri na? Ilanga lema emkhathini wesibhakabhaka lingajahile ukutshona kwaze kwaba lusuku lonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |