UJona 3:9 - IsiZulu 20209 Kwazi bani? Hleze uNkulunkulu angacabanga ngokunye, abe nobubele kithi, alubambe ulaka lwakhe oluvuthayo, angabe esasibhubhisa.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Ngubani owaziyo uma uNkulunkulu engayikubuya, azisole, abuye ekufutheni kwentukuthelo yakhe, size singabhubhi, na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Ubani ongazi uma uNkulunkulu eyophenduka futhi aphenduke futhi abuye olakeni lwakhe, ukuze singabhubhi? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Wase ekhuleka kuSimakade, wathi: “Simakade, angikushongo yini lokhu kwasekuqaleni ngesikhathi ngisesezweni lakithi na? Yingakho ngashesha ngabalekela eTharishishi, ngoba ngangazi kahle ukuthi Wena unguNkulunkulu onomusa, owephuza ukuthukuthela, unobubele obukhulu, uyayithambisa inhliziyo yakho ungabe usakwenza okubi obukuhlosile.