Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 9:29 - IsiZulu 2020

29 Mina ngizolahlwa ngecala, pho kungani ngikhandlekela ize na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Ngiyakulahlwa mina; ngikhandlekelani ize na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Uma ngingomubi, ngisebenzelani ize na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 9:29
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngiyakuthi kuNkulunkulu: ‘Ungangilahli njengonecala, kodwa ngazise; kuyini ongiphikisa ngakho na?


noma wazi kahle ukuthi anginacala, futhi akekho ongangihlenga esandleni sakho na?


Bhekani, ngiyayazi imicabango yenu, namacebo enu enifuna ukungihlukumeza ngawo.


Uthole amathuba okumelana nami, ungishaya isitha sakhe.


Nakuba ngilungile, umlomo wami uyakungilahla, noma ngimsulwa, uyakungibeka icala.


Ngakho-ke konke kuyafana, yingakho ngithi: ‘Ubhubhisa omsulwa nesikhohlakali.’


USimakade akayukumnikela esandleni sakhe, akuyukumlahla ngecala lapho ehlulelwa.


Impela inhliziyo yami ngiyigcinele ize, ihlanzekile, nezandla zami ngazihlamba ngingenacala,


uthi: ‘Anginacala. Impela intukuthelo yakhe ingehlele.’ Kodwa sengizokukwehlulela, ngokuba uthi: ‘Angonanga.’


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ