Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 9:14 - IsiZulu 2020

14 Pho mina ngingamphendula ngithini, ngingawathathaphi amazwi aqondene naye na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Pho, mina ngingamphendula ngithini, ngikhethe amazwi ami aqondene naye, na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kangakanani-ke mina engizamphendula ngikhethe amazwi ami okubonisana laye?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 9:14
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Kepha uNkulunkulu uyakuhlala ngempela yini emhlabeni na? Ngisho izulu nezulu lamazulu alinakukumumatha; pho ibiyini-ke le ndlu encane engiyakhileyo na?


Bengiyakulwethula udaba lwami phambi kwakhe, umlomo wami ngiwugcwalise ngamazwi empikiswano.


Olungileyo ubengaphikisana naye, mina ngikhululwe kumehluleli wami ingunaphakade.


Kakhulu kangakanani umuntu oyimpethu nje, nendodana yomuntu eyisibungu na?”


Ngiphendule, uma ukwazi, hlela amazwi akho phambi kwami, ume ubhekane nami.


Sifundise esiyakukusho kuye, asinakulubeka udaba lwethu, ngenxa yokuthi sidukuza oswini.


Kakhulu kangakanani-ke labo abahlezi ezindlini zodaka, abasisekelo sabo sisothulini, abachotshozwa njengenundu na?


Uma efuna ukuthetha icala naye, angemphendule nakwelilodwa kwayinkulungwane.


Ngokuba akasiye umuntu njengami ukuba bengingaqagulisana naye, nokuba ngibhekane naye esigcawini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ