Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 8:20 - IsiZulu 2020

20 “Phela uNkulunkulu akayukumlahla ongenasici, akayukuzibamba izandla zabenza okubi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 “UNkulunkulu akamlahli opheleleyo, kabambi isandla sababi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Bheka, uNkulunkulu akalahli opheleleyo, futhi akabasizi abenza okubi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 8:20
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Impela mazingafi ngamvunye, abalungileyo nababi. Makube kude nawe ukwenza into efana naleyo. UMehluleli womhlaba wonke angakwenza kanjani okungalungile na?”


bokuthi omubi uyokophulwa ngosuku lwenhlekelele, nokuthi bayaphunyuka ngosuku lwentukuthelo na?


Ake ukhumbule ukuthi ngubani owake wabhujiswa engenacala na? Babhujiswa kuphi abalungileyo na?


Ngakho-ke konke kuyafana, yingakho ngithi: ‘Ubhubhisa omsulwa nesikhohlakali.’


USimakade uyakuzwa ukunxusa kwabalungileyo, abakhulule kuzo zonke izinhlupheko zabo.


Uma ewa, akayukufumbeka phansi, ngokuba uSimakade ubamba isandla sakhe.


Mqaphele ongenasici, umbheke oqotho, ngokuba uyobona izizukulwane onokuthula.


Ngokuba uSimakade akayukubalahla abantu bakhe, nefa lakhe akayukulishiya.


Ohamba ngobuqotho uhamba evikelekile, kodwa ohlanekezela izindlela zakhe, uyodaluleka.


“Usho kanje uSimakade kogcotshiweyo wakhe, uKhoresi, osandla sakhe sokunene ngisibambile ukuba ngehlule izizwe phambi kwakhe, ngihlubule amakhosi izembatho zawo, ngivule iminyango phambi kwakhe; amasango awasayukuvalwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ