Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 7:3 - IsiZulu 2020

3 kanjalo ngabelwe izinyanga zokungenanzuzo, ngamiselwa ubusuku benhlupheko.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 kanjalo ngithole ifa lezinyanga zokubi; ngimiselwe ubusuku bezinhlupheko.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kanjalo ngenziwa ifa lezinyanga eziyize, nobusuku obunzima bumiselwe mina.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 7:3
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nokho manje uNkulunkulu ungikhathazile, yonke indlu yami uyenze incithakalo.


Uyakukufeza lokho angiqokele khona; nokunye okuningi okusemqondweni wakhe.


“Sengathi ngabe nginjengasezinyangeni ezedlule, nanjengasezinsukwini lapho uNkulunkulu ayengiqaphile,


Njengesigqila silangazelela ithunzi, nosebenzayo elindele umholo wakhe,


Bheka, izinsuku zami wazenza zaba ngangobubanzi besandla, imihla yokuphila kwami ayilutho kuwe, impela yilowo nalowo muntu ungumoya nje, noma eqine kangakanani. Sela


Ngikhathele ngenxa yokububula kwami. Ngimantisa umbhede wami njalo ebusuku, ngincibilikisa ukhukho lwami ngezinyembezi zami.


Iso lami liyafiphala, ngenxa yokudabuka; selibuthakathaka, ngenxa yezitha zami.


Ngiyibone yonke imisebenzi eyenziwa phansi komthunzi welanga; impela konke kufana nokubamba utalagu!


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ