Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 7:19 - IsiZulu 2020

19 Kuyoze kube nini ungawasusi amehlo akho kimi na? Ngiyeke ngize ngigwinye isikhwehlela sami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Koze kube nini uyeka ukungibheka na? Ngiyeke, ngize ngiminze amathe ami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Koze kube nini ningasuki kimi, ningangivumeli ukuba ngime ngize ngigwinye amathe ami na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 7:19
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izinsuku zokuphila kwami aziyingcosana yini na? Ake ungiyeke, kengithole ukuthokoza kancane nje,


Bheka kude naye, uke umyeke, aze athokoze osukwini lwakhe, njengomqashwa.


Akangivumeli ukuba ngiphefumule, kepha ungigcwalisa ngomunyu.


Yeka ukungigqolozela, ukuze ngibuye ngimamatheke, ngaphambi kokuba ngemuke, ngingabe ngisaba khona.”


Umphefumulo wami uyesaba kakhulu, kepha Wena, Simakade, kuyoze kube nini na?


Simakade, kuyoze kube nini ababi, kuyoze kube nini ababi bethaba na?


Bamemeza ngezwi elikhulu, bathi: “Kuyoze kube nini, Mbusi ongcwele noqinisileyo, ungehluleli, uphindiselele igazi lethu kulaba abakhileyo emhlabeni na?”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ