Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 7:14 - IsiZulu 2020

14 uyangesabisa ngamaphupho, ungethuse ngemibono,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 uyangesabisa ngamaphupho, ungethusa ngemibono,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Khona-ke uyangethusa ngamaphupho, ungethuse ngemibono.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 7:14
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ekuseni uFaro wakhathazeka emoyeni wakhe, wathumela ukuba kubizwe zonke izanusi, nazo zonke izihlakaniphi zaseGibhithe, wabatshela ngamaphupho akhe, kodwa akekho namunye owakwazi ukumchazela wona.


Anginakuthula, anginaluxolo, anginakuphumula; inkathazo ingehlele.”


Lapho ngithi: “Umbhede wami uzongiduduza, icansi lami lingithwalise ukukhononda kwami,


ukuze umphefumulo wami uqoke ukuklinywa nokufa kunokuba ngibe kulo mzimba.


Nxa ngilala ngithi: ‘Ngiyovuka nini na?’ Ubusuku bude, kuze kuse ngibinyabinyeka.


Ngonyaka wesibili wokubusa kukaNebukhadinezari, uNebukhadinezari waphupha amaphupho; umoya wakhe wakhathazeka, wayeseqwasha.


Kube kuhle kimi ukuba nginazise ngezibonakaliso nezimangaliso uNkulunkulu oPhezukonke azenzileyo kimi.


Esahleli esihlalweni sokwehlulela, umkakhe wathumela kuye, wathi: “Ungayingeni indaba yalowo muntu olungileyo, ngokuba ngikhathazeke kakhulu ngaye namuhla ephusheni.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ