Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 42:3 - IsiZulu 2020

3 Ngubani ofihla iseluleko engenalwazi na? Ngikukhulumile lokho engingakuqondiyo, izinto ezinkulu kunami engingazaziyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngubani ositheza iziluleko engenakwazi na? Ngikhulumile lokho ngingakuqondanga, izimangaliso ezinkulu kunami ebengingazazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngubani ofihla iseluleko engenalwazi? ngakho-ke ngathi angizange ngiqonde; izinto ezimangalisayo kakhulu kimi, engingazazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 42:3
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Ungayithola yini imfihlakalo kaNkulunkulu na? Ungawuthola yini umkhawulo kaSomandla na?


Isilinganiso sakho side kunomhlaba, sibanzi kunolwandle.


“Bheka, iso lami likubone konke, nendlebe yami yezwa, yaqonda.


“Ngubani lo ofiphaza iseluleko ngamazwi angenalwazi na?


Yena owenza izinto ezinkulu, ezingaphenyekiyo, izimangaliso ezingenakubalwa,


Simakade, inhliziyo yami ayizigabisi, namehlo ami awaziphakamisi, angingeni ezindabeni ezinkulu nasezintweni ezingehlulayo.


Ukwazi okunjalo kuyangimangalisa, kuphakeme, anginakufinyelela kukho.


Simakade Nkulunkulu wami, ziningi izimangaliso zakho ozenzileyo, nezizindlo zakho ngathi; akukho okungafaniswa nawe, uma ngiyilanda, ngiyisho, miningi kunokuba ibalwe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ