Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 40:19 - IsiZulu 2020

19 Ungowokuqala wemisebenzi kaNkulunkulu, nguMenzi wakho kuphela ongasondela kukho ngenkemba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Ungowokuqala wezidalwa zikaNkulunkulu; ekwenziweni waphiwa inkemba yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Iyinhloko yezindlela zikaNkulunkulu: Lowo owamenzayo angasondeza inkemba yakhe kuyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 40:19
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngomoya wakhe amazulu ayakhazimuliswa; isandla sakhe sabhokoda inkanyamba eshwibekayo.


“Ake ubheke uBhehemothi engamenza kanye nawe, udla utshani njengenkabi.


Amathambo akhe ayimibhobho yethusi, izimbambo zakhe zinjengemigoqo yensimbi.


Emhlabeni akukho okufana nayo, yenziwe yangaba nakwesaba.


Simakade, yaze yaba miningi imisebenzi yakho, yonke uyenze ngokuhlakanipha; umhlaba ugcwele izidalwa zakho.


Uma umuntu engaphenduki, uyolola inkemba yakhe, uwukhokhile umnsalo wakhe, wama ngomumo,


Ngalolo lusuku uSimakade uyojezisa uLeviyathani ngenkemba yakhe enonya, elukhuni nemandla. ULeviyathani yinkanyamba esheshayo, futhi ethandelayo, uyobulala nenkanyamba yasolwandle ehlala khona.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ