Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 4:4 - IsiZulu 2020

4 Amazwi akho aphakamisa okhubekayo, aqinisa amadolo antekenteke naxegayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Amazwi akho amisile okhubekayo; usimamisile amadolo athuthumelayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Amazwi akho asekela owasezakuwa, waqinisa amadolo abuthakathaka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 4:4
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Indlebe engizwayo, yayithi ngibusisiwe, neso elingibonayo lingifakazela,


Ukuba ngangikhethe izindlela zabo, ngangizohlala ngingumholi, nginjengenkosi phakathi kwamabutho, njengoduduza abalilayo.”


Yebo, ubafundisile abaningi, waqinisa izandla ezintekenteke.


“Uma sekufike kuwe, awusenasineke. Uma sekuthinta wena uyadangala.


USimakade uyabaphasa bonke abawayo, abaphakamise bonke abathotshisiweyo.


Ukukhuluma kwabanye ngokuhlaphaza kufana nokuhlaba kwenkemba, kodwa ulimi lwabahlakaniphileyo luyaphilisa.


Izwi elikhulunywe ngesikhathi esifaneleyo lifana namahhabhula egolide asezitsheni zesiliva.


INkosi uSimakade inginikile ulimi lwabafundi ukuze ngikwazi ukuqinisa okhatheleyo ngezwi; njalo ekuseni ivusa indlebe yami, ukuba ngilalele njengofundiswayo.


Kwase kuhwaqabala ubuso bayo, imicabango yayo yayiyesabisa, kwaxega amanyonga okhalo lwayo, namadolo ayo ashayana.


kodwa kunalokho, mthetheleleni, nimduduze, funa owenze lokho ahaqwe wusizi.


UNkulunkulu oduduza abadangeleyo, wasiduduza ngokufika kukaThithu,


Bazalwane, siyanikhuthaza futhi niwayale amavila; duduzani abajabhileyo, nisekele ababuthakathaka, futhi nibabekezelele bonke.


Ngakho-ke qinisani izandla ezibuthakathaka namadolo axegayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ