Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 4:18 - IsiZulu 2020

18 Bheka, akethembi ngisho izinceku zakhe, nezingelosi zakhe uzibeka icala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Bheka, nasezincekwini zakhe akethembi, nezingelosi zakhe uyazibeka icala;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Bheka, akazethembanga izinceku zakhe; wazilaya izingelosi zakhe ngobuwula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 4:18
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ukhona yini ongafundisa uNkulunkulu ukwazi, Yena owehlulela abaphakemeyo na?


Pho umuntu angaba kanjani ngolungileyo kuNkulunkulu, nozelwe ngowesifazane, abe ngohlanzekileyo na?


wenza umoya ube yizithunywa zakhe, izikhonzi zakhe zibe yilangabi lomlilo.


Uma ngempela uNkulunkulu engazange aziyeke izingelosi ezona, kodwa wazilahla kwalasha, emigodini yesigayegaye sobumnyama, ziboshwe ngamaketango, ukuze zigcinwe lapho futhi zilethwe ekwehlulelweni,


Nezingelosi ezingayigcinanga indawo yazo yokubusa, kepha ezayishiya indawo yazo yokuhlala; uzigcine ziboshwe ngezinsinga ingunaphakade, ebumnyameni obuphakade, ukuze zehlulelwe ngosuku olukhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ