Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 38:37 - IsiZulu 2020

37 Ngubani ongabala amafu ngokuhlakanipha, athulule izimvaba zamanzi zasezulwini,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Ngubani ongabala amafu ngokuhlakanipha, ngubani ongathulula izimvaba zasezulwini,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

37 Ngubani ongabala amafu ngokuhlakanipha na? noma ngubani ongathulula amagabha asezulwini,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 38:37
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesemkhiphela phandle wathi: “Bheka esibhakabhakeni ubale izinkanyezi, uma ungazibala.” Wayesethi kuye: “Iyakuba ngako inzalo yakho.”


Kuthe lapho uNowa eseneminyaka engama-600, ngosuku lwe-17, ngenyanga yesibili, kwaqhuma zonke iziphethu zamanzi emajukujukwini, kwavuleka namafasitela ezulu.


UNkulunkulu wamkhumbula uNowa nazo zonke izilwane ezazinaye emkhunjini, ezifuywayo nezasendle. Wayesethumela umoya wavunguza phezu komhlaba, amanzi aya ngokuya ebohla.


bese ngikhumbula isivumelwano sami phakathi kwami nani nazo zonke izilwane ngezinhlobo zazo. Izikhukhula zingabe zisaphenduka uzamcolo wokucekela phansi konke okuphilayo.


“Ungamemeza yini kuze kuzwakale emafini, ukuze izikhukhula zikusibekele na?


lapho uthuli luphenduka isigaxa, namagabade anamathelane na?


Uhlakaniphile ngenhliziyo, unamandla amakhulu, ngubani owake wamelana naye, waphumelela na?


Ubala inani lezinkanyezi, azibize zonke ngamagama.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ