Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 38:34 - IsiZulu 2020

34 “Ungamemeza yini kuze kuzwakale emafini, ukuze izikhukhula zikusibekele na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 “Ungaphakamisela izwi lakho emafwini, ukuze amanzi amaningi akusibekele, na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Ungaphakamisela izwi lakho emafwini, ukuze amanzi amaningi akusibekele, na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 38:34
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyokwembozwa ngubumnyama, ukuze ungaboni, nesikhukhula samanzi siyakukusibekela.


Ngubani ongabala amafu ngokuhlakanipha, athulule izimvaba zamanzi zasezulwini,


lowo owenza isilimela nomthala, oguqula ubumnyama bube yintathakusa, aphendule ubusuku bube yimini, obiza amanzi olwandle, awathululele phezu komhlaba, igama lakhe nguSimakade,


Celani imvula kuSimakade ngenkathi yayo entwasahlobo. USimakade uhlomisa izulu, anise imvula; aphe kube yilowo nalowo okudliwayo kwasendle.


Wabuye wakhuleka; izulu lana, nomhlaba wathela izithelo zawo.


Ngalolo lusuku uSamuweli wathandaza kuSimakade, uSimakade waletha ukuduma nemvula; bonke abantu besaba kakhulu uSimakade noSamuweli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ