Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 32:9 - IsiZulu 2020

9 Akusibo abadala abahlakaniphileyo, nabaqonda okulungile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Abakhulu abahlakaniphile, nabadala abaqondi ukwahlulela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Abantu abakhulu abahlakaniphile ngaso sonke isikhathi, nabadala abakuqondi ukwahlulela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 32:9
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi yathi ezincekwini zayo: “Anazi yini ukuthi kufe umholi nomuntu omkhulu kwa-Israyeli namuhla na?


Uyazithulisa izindebe zabathembekileyo, aphuce amalunga ukuqonda.


“Ngakho-ke ngithi ngilaleleni, nami ngibeke olwami uvo.


Ngathi: ‘Makukhulume asebenezinsuku, abaneminyaka eminingi mabafundise ngokuhlakanipha.’


Intambo yethende labo ayibhonculiwe yini kubo, futhi bafe bengenakho ukuhlakanipha na?’ ”


Ngiqonda ukwedlula izingwevu, ngokuba ngigcina iziyalezo zakho.


Ngeziyalezo zakho ngizuza ukuqonda, ngalokho-ke ngiyazizonda zonke izindlela zamanga.


Ungcono umuntu osemusha oswele kodwa ohlakaniphile, kunenkosi endala eyisiwula, engasemukeli iseluleko.


Ngizakuya kwabakhulu, ngikhulume nabo, ngokuba bona bayayazi indlela kaSimakade nesimiso sikaNkulunkulu wabo,” nokho nabo balephulile ijoka ngokufanayo, bazigqabula izibopho.


Kwathi ngaleso sikhathi uJesu wakhuluma wathi: “Ngiyakubonga Baba, Nkosi yezulu nomhlaba, ngokuba ukufihlile lokhu kwabahlakaniphileyo, nakulabo abanokuqonda, kodwa wakwambulela izingane.


Ukhona yini ezikhulwini noma kubaFarisi oke wakholwa nguye na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ