Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 32:6 - IsiZulu 2020

6 U-Elihu, indodana kaBharakheli, umBhuzi wakhuluma, wathi: “Mina ngisemusha ngeminyaka, nina nibadala; yingakho bengikhathazekile, nginamahloni, ngesaba ukunitshela okusemqondweni wami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 U-Elihu, indodana kaBarakeli, umBuzi, wayesethatha-ke, wathi: “Mina ngisemusha ngeminyaka, nina nibadala; ngalokho nganginamahloni, ngesaba ukunitshela umqondo wami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wayesephendula u-Elihu indodana kaBarageli umBushi, wathi: “Mina ngimncane, nina nibadala kakhulu; ngakho-ke ngesaba futhi angizange ngilokothe ngimemezele umbono wami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 32:6
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ukuhlakanipha kutholakala ezimpungeni, nangobude bezinsuku kwabanokuqonda.


Izimpunga, nabamnkantshubomvu abadala kunoyihlo bangakithi.


Ngabe ungumuntu wokuqala yini owazalwa na? Wabakhona zingakabi bikho nezintaba na?


U-Elihu, indodana kaBharakheli, umBhuzi, womndeni kaRamu, wathukuthela uJobe ngokuba wayezithethelela yena kunoNkulunkulu.


Kepha lapho ebona u-Elihu ukuthi akukho mpendulo evela emilonyeni yalawo madoda amathathu, wathukuthela.


“ ‘Uyosukuma nxa kumi impunga phambi kwakho, uyomhlonipha umuntu omdala, umesabe uNkulunkulu wakho; nginguSimakade.


Nikani bonke okubafaneleyo: intela kofanele intela; inkokhelo kofanele inkokhelo; ukwesaba kofanele ukwesatshwa; udumo kofanele udumo.


Ungayikhaci indoda endala, kodwa yiyale njengoyihlo, abesilisa abasebasha njengabafowenu,


Kanjalo bayale nabesilisa abasebasha ukuba babe ngabanengqondo.


Kanjalo nani zinsizwa, thobelani amalunga, kodwa nonke yembathani ukuthobeka, nithobelane, ngokuba uNkulunkulu umelene nabazidlayo, kodwa abathobekileyo ubapha umusa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ