Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 31:18 - IsiZulu 2020

18 ngokuba kusukela ebusheni bami ngayikhusela intandane njengoyise, kwasesiswini sikamame ngingumholi wabafelokazi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 hhayi, ikhulele kimi kwasebusheni bami njengakuyise; kwasesizalweni sikamame ngangingumholi wabafelokazi

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngokuba wangikhulisa njengoyise kwasebusheni bami, ngamhola kwasesiswini sikamame;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 31:18
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehowashi, inkosi yakwa-Israyeli, yathumela ku-Amaziya, inkosi yakwaJuda, ithi: “Isihlahla somkhaya eLebhanoni sathumela kwesomsedari naso esiseLebhanoni, sathi kuso: ‘Ganisela indodana yami, indodakazi yakho, ibe ngumkayo.’ “Kwase kwedlula isilwane sasendle eLebhanoni, sasifihliza isihlahla somkhaya.


Wayenomzala ogama lakhe lingu-Esteri, elesiHebheru kunguHadasa, owayemuhle futhi eme kahle. Uyise nonina babengasekho, ngakho-ke uMoridekhayi wamthatha wamkhulisa njengendodakazi yakhe.


Uxoshe abafelokazi bengenalutho, wafihliza izingalo zezintandane.


ngokuba ngakhulula abampofu abakhalayo, nezintandane ezingenamsizi.


Ngaba nguyise wabantulayo, ngaluphenyisisa udaba lwalowo engingamaziyo.


ngaludla ngedwa ucezu lwami lwesinkwa, ngayincisha intandane,


uma ngibona obhubhayo ngenxa yokweswela isembatho, noma ontulayo engenakho okokwembatha,


Akusikho yini ukwabelana nabalambileyo isinkwa sakho, ukungenisa abampofu nemihambima ekhaya lakho, lapho ubona ohambaze umembathise, nokungazifihli ezihlotsheni zakho na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ