Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 30:12 - IsiZulu 2020

12 Ngakwesokunene sami, kuvuke uquqaba lwangihlasela, lwangenza ngabaleka; lufuna ukungibhubhisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngakwesokunene kuvuka amachwensa; agudlumeza izinyawo zami, anginqwabelela izindlela zokubhubhisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngakwesokunene sami umfana uyasukuma; basunduza izinyawo zami, bangimisele izindlela zabo zokubhubhisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 30:12
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bangikhamisela imilomo, bengiklolodela, bangishaya esihlathini, bengigcona, bayangihlanganyela.


Amabutho akhe atheleke kanyekanye, angizungeza ngemigoqo yokuhlasela, akanisa nxazonke zethende lami.


Sengedelelwa ngisho nayizingane, uma ngivuka, zikhuluma kabi ngami.


Abantu bayocindezelana; yilowo nalowo acindezele omunye, kube yilowo nalowo umakhelwane wakhe; izingane ziyokwedelela abadala, nabantukazana badelele izikhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ