Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 28:16 - IsiZulu 2020

16 Ayinakulinganiswa negolide lase-Ofiri, neshohamu eliyigugu nesafire.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kungelingane negolide lase-Ofiri, neshohamu* eliyigugu, nesafire.*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngeke kwalinganiswa negolide lase-Ofiri, neshohamu eliyigugu nesafire.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 28:16
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

amathalenta egolide ayizi-3 000, igolide lase-Ofiri, amathalenta ayizi-7 000 esiliva elicwengekileyo ukunameka ngalo izindonga zezindlu,


Akunakuzuzwa ngegolide, intengo yakho ayinakulinganiswa nesiliva.


Igolide nengilazi akunakulinganiswa nakho, akunakushintshaniswa ngezinto zegolide elicwengekileyo.


Amadodakazi amakhosi aphakathi kwabesifazane bakho abadumileyo, indlovukazi imi ngakwesokunene sakho, ihlobe ngegolide lase-Ofiri.


emugqeni wesine kube yikhrisolithe, yi-oniksi, nejasipheri, konke lokhu kuzungezwe ngezisekelo zegolide.


Izingalo zakhe ziyizindilinga zegolide ezigcwaliswe ngamakhrisolithe. Umzimba wakhe ungathi wenziwe ngophondo lwendlovu, wembozwa ngamasafire.


Ngiyokwenza umuntu abe yigugu kunegolide elicwengekileyo; yebo, umuntu muhle kunegolide elicwengekileyo lase-Ofiri.


“Wena ohluphekayo, ohlukunyeziwe, ongaduduzwanga, bheka, ngizokufaka amatshe esiliva, izisekelo zakho zibe ngamasafire.


Amanaziri akithi ayemhlophe kunongqoqwane, emhlophe ukwedlula ubisi. Imizimba yawo yondlekile, isimo sawo sikhazimula njengesafire.


Use-Edene, ensimini kaNkulunkulu; wonke amatshe ayigugu ekusibekele; irubhi, ithopazi, idayimani, ishohamu, ijasiphi, isafire, isimaragidu, ikhrisolithe; imvunulo yakho, nezisekelo zamatshe zaziyigolide, zilungiswe ngosuku owadalwa ngalo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ