Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 22:6 - IsiZulu 2020

6 Ngokuba uthathe ngeze izibambiso kubafowenu, wahlubula abampofu izingubo zabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngokuba uthathe ngeze izibambiso kumfowenu, wahlubula abampofu izingubo zabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngoba wathatha isibambiso kumfowenu ngesize, wahlubula abanqunu izigqoko zabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 22:6
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bathumba imbongolo yentandane, bathathe inkomo yomfelokazi ibe yisibambiso.


Balala nqunu ebusuku bengenangubo, abanakho okokwembatha emakhazeni.


ngokuba ngakhulula abampofu abakhalayo, nezintandane ezingenamsizi.


Uma uthatha ingubo kamakhelwane wakho ibe yisibambiso, uyakuyibuyisela kuye lingakashoni ilanga,


icindezela abampofu nabantulayo, iphanga nokuphanga, ingasibuyisi isibambiso, iphakamisela amehlo ayo ezithombeni, yenza izinengiso,


ingacindezeli muntu, ingasamukeli isibambiso, ingaphangi nokuphanga, kodwa ipha abampofu isinkwa sayo, yembathisa abanqunu,


engacindezeli muntu, ebuyisela kotshelekayo isibambiso sakhe, engaphangi nokuphanga, kepha epha abalambileyo isinkwa sakhe, embathisa abanqunu,


Balala eceleni kwawo wonke ama-althare ngezingubo ezithathwe zaba yisibambiso. Baphuza iwayini labahlawulisiwe endlini kaNkulunkulu wabo.


“Akuyukuba bikho muntu oyakuthatha itshe lokugaya noma imbokodwe kube yisibambiso, ngokuba uyobe ethathe konke okuphilwa ngakho, kwaba yisibambiso.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ