Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 20:7 - IsiZulu 2020

7 uyakubhubha kuze kube phakade, njengendle yakhe; abambonayo bayakuthi: ‘Ukuphi na?’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 uyakubhubha kuze kube phakade njengamasimba akhe; abambonayo bayakuthi: ‘Uphi na?’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kodwa uyabhubha kuze kube phakade njengamalongwe akhe; abambonileyo bayothi: Uphi na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 20:7
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngakho-ke ngizokwehlisela indlu kaJerobhowamu okubi, ngibhubhise kuJerobhowamu bonke abesilisa kwa-Israyeli, abancane nabadala; indlu kaJerobhowamu ngiyikhukhulise okobulongwe, ize iphele nya.


Isidumbu sikaJezebheli siyokuba njengomquba phezu komhlabathi, esiqintini sezwe eJizreyeli, ukuze kungabi bikho muntu oyakuthi: ‘Nangu uJezebheli.’ ”


Kepha umuntu uyafa, abe buthakathaka, umuntu obhubhile uphi na?


Uma umuntu efa, uyakubuye aphile yini na? Bengiyakulinda zonke izinsuku zomshikashika wami, kuze kufike ukuphunyuzwa kwami.


Uyamehlula kuze kube phakade, ahambe, uyabuguqula ubuso bakhe, umhambise.


Nithi: ‘Iphi indlu yezikhulu, liphi ithende elihlala izikhohlakali na?’


Ulala eyisigwili, kodwa ngeke esakwenza lokho, uyothi evula amehlo akhe ube ungasekho umcebo.


Kusukela ekuseni kuze kube kusihlwa bayagxotshwa, bayabhubha kuze kube phakade kungekho nonake utho ngabo.


Akasayukubuyela endlini yakhe, indawo yakhe ayisayukumazi.


Uma ebhujiswa endaweni yakhe, iyakumphika ithi: ‘Angikaze ngikubone.’


Isikhohlakali siyokubona lokho, sicasuke, siququde imihlathi, sidangale; isifiso sababi siyobhuntsha.


Izitha zami zihambe zikhuluma okubi ngami, zithi: “Uzofa nini, igama lakhe lingabe lisaphathwa na?”


ababhubhela e-Eni Dori, baba ngumquba emhlabathini.


Uyakubafuna, kodwa awuyukubafumana; labo bantu abaxabana nawe, abalwa nawe, bayakuba njengento engelutho, nanjengeze.


‘Bayowaneka elangeni nasenyangeni nakuzo zonke izinkanyiso zezulu, ababekuthanda, bekukhonza, bekulandela, bebuza kukho, futhi bekhuleka kukho. Awayukubuthwa, awayukwembelwa; ayakuba njengendle ebusweni bomhlaba.


Noma ungaphakama njengokhozi, noma ngabe isidleke sakho singakhiwa phakathi kwezinkanyezi, ngiyakukwehlisa khona lapho, kusho uSimakade.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ