Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 19:11 - IsiZulu 2020

11 Ungivuthele ngentukuthelo yakhe, wangithatha njengesitha sakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ungivuthisele intukuthelo yakhe, wangishaya njengezitha kuye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Futhi wangivuthela intukuthelo yakhe, wangibheka njengesinye sezitha zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 19:11
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ubufihleleni ubuso bakho, ushaye sengathi ngiyisitha sakho na?


Ukuhlupheka nosizi kuyamethusa, kumkhungatha njengenkosi ezilungiselele ukuya empini,


Ulaka lwakhe luyadwengula, luyangisibekela, ungiququdela amazinyo, isitha sami singihlahlela amehlo.


Uthole amathuba okumelana nami, ungishaya isitha sakhe.


Simakade, kuyoze kube nini uzisithile, nentukuthelo yakho ivutha njengomlilo na?


Ngokuba siqedwa yintukuthelo yakho, ulaka lwakho luyasithuthumelisa.


Yansala umnsalo wayo njengesitha, isandla sayo sokunene samelana nathi, yabulala konke okwakuthandeka emehlweni ethu; ethendeni lendodakazi iZiyoni, intukuthelo yayo yayikhafulisa okomlilo.


INkosi yaphenduka yanjengesitha, yambhubhisa u-Israyeli, yachitha zonke izigodlo zakhe, yabhidliza izinqaba zakhe, yandisa ukukhala nokulila endodakazini uJuda.


Ngokuba umlilo uphenjwe yintukuthelo yami; uyabhebhetheka kuze kube sendaweni yabafileyo engaphansi, uyaqothula umhlaba nezithelo zawo, wokhela nezisekelo zezintaba.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ