UJobe 15:25 - IsiZulu 202025 ngokuba waphonsela uNkulunkulu inselelo, wazigabisa kuSomandla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE25 ngokuba waselulela isandla sakhe kuNkulunkulu, wazigabisa kuSomandla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202425 Ngokuba welulela isandla sakhe kuNkulunkulu, aziqinise ngokumelene noMninimandla onke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
kepha uziphakamisile wamelana neNkosi yasezulwini. Balethe kuwe izitsha zendlu yakhe; wena, nezinduna zakho, nomkakho, nezancinza zakho naphuza iwayini ngazo. Wena ubadumisile onkulunkulu besiliva, abegolide, abethusi, abensimbi, abomuthi, nabetshe, abangaboni, abangezwa, abangazi, kodwa awumdumisanga uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho.