Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 12:11 - IsiZulu 2020

11 Indlebe ayiwahloli yini amazwi, nolwanga alukunambithi yini ukudla na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Indlebe ayivivinyi yini amazwi, njengolwanga lunambitha ukudla, na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Indlebe ayiwavivinyi yini amazwi? umlomo unambitha inyama yawo?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 12:11
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba indlebe iyawahlunga amazwi, njengalokhu ulwanga lunambitha ukudla.


Kukhona yini ukungalungi engikusho ngolimi lwami na? Ulwanga lwami alunakukwehlukanisa yini okubi na?”


Ngikhuluma njengakubantu abakhaliphileyo; nqumani nina ngalokhu engikhushoyo.


ukuba nikwazi ukukhetha okusemqoka, ukuze nibe mhlophe, futhi ningabi nasici osukwini lukaKhristu;


Kepha ukudla okuqinileyo kungokwabakhulileyo, asebenomqondo oqeqeshekileyo, asebekwazi ukwehlukanisa okuhle nokubi.


uma seninambithile nezwa ukuthi iNkosi imnene.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ