UJeremiya 7:34 - IsiZulu 202034 Emizini yakwaJuda nasemigwaqweni eJerusalema ngiyakuwuthulisa umsindo wokujabula nowokuthokoza, nezwi lomyeni nelikamakoti, ngokuba izwe liyakuba yincithakalo.’ ” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE34 Ngiyakuthulisa emizini yakwaJuda nasezitaladini zaseJerusalema izwi lokujabula nezwi lokuthokoza, izwi lomyeni nezwi lomakoti, ngokuba izwe liyakuba yincithakalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202434 Khona ngiyokwenza ukuba kuphele izwi lenjabulo nezwi lenjabulo, izwi lomyeni nezwi likamakoti emizini yakwaJuda nasezitaladini zaseJerusalema, ngoba izwe liyoba ihlane. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
umsindo wokujabula nowentokozo, izwi lomyeni nelikamakoti, izwi lalabo abathi: “ ‘ “Bongani uSimakade Wamabandla, ngokuba uSimakade muhle, umusa wakhe umi phakade.” “ ‘Kuyozwakala nezwi labaletha iminikelo yokubonga endlini kaSimakade, ngokuba izwe ngiyakukuguqula ukuthunjwa kwalo, liphinde libe njengakuqala,’ kusho uSimakade.