UJeremiya 7:32 - IsiZulu 202032 Ngakho-ke bheka, izinsuku ziyeza, kusho uSimakade, lapho ingaseyukubizwa ngeThofethi nesigodi sendodana kaHinomu, kodwa iSigodi Sokubulala, ngokuba bayakungcwaba eThofethi, kuze kungabe kusaba bikho ndawo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE32 Ngalokho bheka, izinsuku ziyeza, usho uJehova, elingasayikubizwa ngazo ngokuthi iThofeti nesigodi sendodana kaHinomu kepha isiGodi Sokubulala, ngokuba bayakumbela eThofeti, lokhu ingekho enye indawo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202432 Ngakho-ke, bheka, izinsuku ziyeza, usho uJehova, lapho zingasayikuthiwa iThofeti, nesigodi sendodana kaHinomu, kepha isiGodi sokuBulala; ngoba bayakungcwatshwa eThofeti kuze kungabi khona indawo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |