UJeremiya 52:9 - IsiZulu 20209 Ayibamba inkosi, aya nayo enkosini yaseBhabhele, eRibhila, eHamathi, wayigweba. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Ayeseyibamba inkosi, ayenyusela enkosini yaseBabele eRibila ezweni laseHamati, ayahlulela. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Bayibamba inkosi, bayiyisa enkosini yaseBabele eRibila ezweni laseHamati; lapho amgweba khona. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Emveni kwalokho,” kusho uSimakade, “ngiyakunikela uZedekiya, inkosi yakwaJuda, izinceku zakhe nabantu, kulo muzi, abayosinda obhubhaneni, enkembeni, endlaleni, esandleni sikaNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, esandleni sezitha zabo, esandleni sabafuna ukuphila kwabo; uyakubabhubhisa ngenkemba, angabi naluzwelo, nasihe futhi angabi namusa kubo.” ’