UJeremiya 52:4 - IsiZulu 20204 Kwathi ngonyaka wesishiyagalolunye wokubusa kwakhe, ngenyanga yeshumi, ngosuku lweshumi lwayo, kwafika eJerusalema uNebhukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, nawo wonke amabutho akhe, balivimbezela. Bakanisa ngaphandle komuzi, bakha khona udonga lokuvimbezela nxazonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Kwathi ngomnyaka wesishiyagalolunye wokubusa kwakhe ngenyanga yeshumi, ngolweshumi lwenyanga, kwafika uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, yena nayo yonke impi yakhe, eJerusalema, wamisa malungana nalo, bakha inqaba ngakulo nxazonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20244 Kwathi ngomnyaka wesishiyagalolunye wokubusa kwakhe, ngenyanga yeshumi, ngosuku lweshumi lwenyanga, uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, wafika eJerusalema nayo yonke impi yakhe, wamisa ngakulo, wakha izinqaba. Ngokumelene nalo nxazonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |