UJeremiya 52:34 - IsiZulu 202034 Isabelo sakhe kwakuyisabelo esingapheli semihla ngemihla, asiphiwa yinkosi yaseBhabhele, zonke izinsuku zokuphila kwakhe, kwaze kwaba lusuku afa ngalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE34 Isabelo sakhe sasiyisabelo esimiyo semihla ngemihla, asiphiwa yinkosi yaseBabele zonke izinsuku zokuhamba kwakhe kwaze kwaba sosukwini lokufa kwakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202434 Ngokudla kwakhe waphiwa ukudla kwaphakade okuvela enkosini yaseBhabhiloni, ingxenye yansuku zonke kwaze kwaba lusuku lokufa kwakhe, zonke izinsuku zokuhamba kwakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Engakathathi isinqumo, yathi kuye: “Buyela kuGedaliya, indodana ka-Ahikamu kaShafani, inkosi yaseBhabhele embeke ukuba abe ngumbusi obusa imizi yakwaJuda, uyohlala naye phakathi kwabantu, noma-ke uyakuya noma kuphi lapho uthanda ukuya khona.” Induna yabalindi yayisimnika umphako nesipho, yamdedela ukuba ahambe.