Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 52:31 - IsiZulu 2020

31 Kwathi ngonyaka wama-37 wokuthunjwa kukaJehoyakini, inkosi yakwaJuda, ngenyanga ye-12, ngolwama-25 nanhlanu lwenyanga, u-Evili Merodakhi, inkosi yaseBhabhele; ngonyaka wokuqala wokubusa kwakhe, wamxolela uJehoyakini, inkosi yakwaJuda, wamkhipha ejele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Kwathi ngomnyaka wamashumi amathathu nesikhombisa wokuthunjwa kukaJehoyakini, inkosi yakwaJuda, ngenyanga yeshumi nambili, ngolwamashumi amabili nanhlanu lwenyanga, u-Evili Merodaki inkosi yaseBabele ngomnyaka wokuqala wokubusa kwakhe waphakamisa ikhanda likaJehoyakini inkosi yakwaJuda, wamkhipha etilongweni,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Kwathi ngomnyaka wamashumi amathathu nesikhombisa wokuthunjwa kukaJehoyakini inkosi yakwaJuda, ngenyanga yeshumi nambili, ngosuku lwamashumi amabili nanhlanu lwenyanga, u-Evilimerodaki, inkosi yaseBabele, ngomnyaka wokuqala wokubusa kwakhe. Wabusa inhloko kaJehoyakini, inkosi yakwaJuda, wamkhipha etilongweni,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 52:31
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

zingakapheli izinsuku ezintathu uFaro uzokuphakamisa, akubuyisele esikhundleni sakho, uzomnika indebe yakhe esandleni, njengoba wawenza ngesikhathi usengumphathindebe.


Kwathi ngosuku lwesithathu, okwakulusuku lokuzalwa kukaFaro, uFaro wenzela zonke izinceku zakhe idili. Waphakamisa phambi kwazo izikhulu zakhe, induna yabaphathindebe, nenduna yababhakizinkwa.


Uma bekwehlisa isithunzi, uyakuthi: ‘Kungukuphakanyiswa!’ ngokuba uyamsindisa ozithobayo.


Namanje ikhanda lami lizakuphakama phezu kwezitha zami ezingizungezile. Ngizonikela ngemihlatshelo, ngihlokome ngentokozo ngisethendeni lakhe. Ngihlabelele, ngidumise uSimakade ngokhehlegume.


Kepha Wena Simakade uyisihlangu kimi, uludumo lwami nophakamisa ikhanda lami.


Inhliziyo yenkosi injengemifula yamanzi esandleni sikaSimakade, uyiphendula iye noma kuphi lapho ethanda khona.


UZedekiya, indodana kaJosiya, wabusa eyinkosi esikhundleni sikaKhoniya, indodana kaJehoyakimi, owayebekwe nguNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, ukuba abe yinkosi kwaJuda.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ