Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 52:29 - IsiZulu 2020

29 ngonyaka we-18 wokubusa kukaNebukhadinezari, wathumba eJerusalema abantu abangama-832.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 nangomnyaka weshumi nesishiyagalombili kaNebukadinesari wathumba eJerusalema abantu abangamakhulu ayisishiyagalombili namashumi amathathu nambili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Ngomnyaka weshumi nesishiyagalombili kaNebukadinesari wathumba eJerusalema abantu abangamakhulu ayisishiyagalombili namashumi amathathu nambili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 52:29
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathatha umkakhe uSarayi, noLothi indodana yomfowabo, nayo yonke impahla ababenayo, nezinceku ababezitholile eHarana, babhekisa amabombo eKhanani. Sebefikile eKhanani,


Abanye abantu abasala emzini, nalabo abahlubukayo, bahlubukela ngasohlangothini lwenkosi yaseBhabhele, nesixuku esiseleyo, uNebuzaradani, induna yabalindi, wabathumba bonke.


Abasele enkembeni yabathumba yabayisa eBhabhele, baba yizinceku zayo nezamadodana ayo, kwaze kwabusa umbuso wamaPheresiya,


Sebebonke abaphuma okhalo lukaJakobe babengabantu abangama-70. UJosefa wayevele eseseGibhithe.


Izwi elafika kuJeremiya livela kuSimakade ngonyaka weshumi wokubusa kukaZedekiya, inkosi yakwaJuda, okwakungunyaka we-18 wokubusa kukaNebukhadinezari.


Insali yabantu ababesemzini, namambuka ayehlubukele kuye, nalabo bantu ababesele kuNebuzaradani, induna yabalindi, wabathumbela eBhabhele.


Ngenyanga yesihlanu, ngolweshumi lwenyanga, okwakungunyaka we-19 wokubusa kwenkosi uNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, kwafika eJerusalema uNebuzaradani induna yabalindi, inceku yenkosi yaseBhabhele.


Nampa abantu uNebukhadinezari abathumbayo: ngonyaka wesikhombisa wathumba abaJuda abayizi-3 023,


Ngonyaka wama-23 wokubusa kukaNebukhadinezari, uNebuzaradani, induna yabalindi, wathumba abaJuda abangama-745. Sebebonke abantu abathunjwayo babeyizi-4 600.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ