Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 52:28 - IsiZulu 2020

28 Nampa abantu uNebukhadinezari abathumbayo: ngonyaka wesikhombisa wathumba abaJuda abayizi-3 023,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Nampa abantu uNebukadinesari abathumbayo: ngomnyaka wesikhombisa abaJuda abayizinkulungwane ezintathu namashumi amabili nantathu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Laba ngabantu uNebukadinesari abathumbile: ngomnyaka wesikhombisa abaJuda abayizinkulungwane ezintathu namashumi amabili nantathu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 52:28
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abasele enkembeni yabathumba yabayisa eBhabhele, baba yizinceku zayo nezamadodana ayo, kwaze kwabusa umbuso wamaPheresiya,


Nampa abantu bezwe abakhuphuka ekuthunjweni ababethunjwe nguNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, ababuyela eJerusalema nakwaJuda, yilowo nalowo waya emzini wakubo,


Laba ngabantu besifundazwe ababebuye ekuthunjweni nguNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, bebuyela eJerusalema nakwaJuda. Yilowo nalowo wabuyela emzini wakubo;


ngonyaka we-18 wokubusa kukaNebukhadinezari, wathumba eJerusalema abantu abangama-832.


“Yisho, uthi: ‘Mina ngiyisibonakaliso kini.’ “Njengalokhu ngenzile, kuyakwenzeka kanjalo kubo. Bayakuya ekuthunjweni beboshiwe.


Imizi eNegevu ivaliwe, akekho oyivulayo. UJuda wonkana uthunjiwe, uthunjwe ngokupheleleyo.


Abamelene nalo sebephenduke banjengamakhosi, izitha zalo zinokuthula. USimakade ulihluphile ngenxa yobuningi beziphambeko zalo. Izingane zalo sezihambile, zisekuthunjweni, ebusweni besitha.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ