Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 52:20 - IsiZulu 2020

20 Izinsika zombili, ulwandle olwalulunye nje luhlangene nezinkabi ezili-12 zethusi ezaziphansi kwalo, inkosi uSolomoni eyayikwenzele indlu kaSimakade, ithusi lakho konke lokho lalingenakulinganiswa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Izinsika zombili, nolwandle olwalulunye nje, nezinkabi eziyishumi nambili zethusi ezaziphansi kwezinye, inkosi uSolomoni eyayikwenzele indlu kaJehova, ithusi lazo zonke lezi zinto lalingenakulinganiswa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Izinsika ezimbili, nolwandle olulodwa, nezinkunzi eziyishumi nambili zethusi ezaziphansi kwezinqe inkosi uSolomoni eyazenza endlini kaJehova, ithusi lazo zonke lezi zinto lalingenakulinganiswa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 52:20
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lwalumi phezu kwezinkabi ezili-12, ezintathu zibheke ngasenyakatho, ezinye ezintathu zibheke ngasentshonalanga, ezinye izintathu zibheke ngaseningizimu, ezinye ezintathu zibheke ngasempumalanga; ulwandle lwalumiswe phezu kwazo, zonke zifulathelene.


USolomoni waziyeka zonke izinto zingalinganiswanga ngenxa yobuningi bazo obukhulu kakhulu; nesisindo sethusi okwakungekho okokusikala.


Izinsika zombili, nolwandle olwalulunye nje, nezinqe uSolomoni ayekwenzele indlu kaSimakade, isisindo sethusi okwakwenziwe ngalo zonke lezi zinto sasingenakulinganiswa.


“Uyabona, ekuhluphekeni kwami, ngiyilungiselele indlu kaSimakade: amathalenta egolide ayizi-100 000, amathalenta esiliva ayizi-100 000, ithusi nensimbi okungenakulinganiswa ngenxa yobuningi bakho; ngilungise nemithi namatshe, wena-ke usuyokwenezela kukho.


USolomoni wenza yonke leyo mpahla eyayiningi kakhulu kangangoba isisindo sethusi sasingenakulinganiswa.


Izinsika zethusi ezazisesigodlweni, izinqe, ulwandle lwethusi, konke okwakusendlini kaSimakade; amaKhaledi akufahlaza, kwathi konke okwakwenziwe ngethusi kwathuthelwa eBhabhele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ