Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 52:16 - IsiZulu 2020

16 Kepha uNebuzaradani, induna yabalindi, wabashiya abantu abathile bezwe, ababempofu, ukuba basebenze ezivinini nasemasimini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kepha uNebuzaradani induna yabalindi washiya abantu abathile bezwe abayizimpofana ukuba baphathe izivini namasimu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Kodwa uNebuzaradani induna yabalindi watshiya abanye babampofu belizwe kubalimi bewayini labalimi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 52:16
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha ababempofu balelo lizwe, induna yabalindi yabashiya ukuba banakekele izivini namasimu.


Ngenyanga yesihlanu, ngosuku lwesikhombisa lwayo, okwakungunyaka we-19 wenkosi uNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, kwafika eJerusalema uNebuzaradani, induna yabalindi, inceku yenkosi yaseBhabhele.


Induna yabalindi yamthatha uJeremiya, yathi kuye: “USimakade uNkulunkulu wakho ukhulumile konke lokhu okubi ngale ndawo,


“Ndodana yomuntu, izakhamuzi ezindaweni ezichithakele kwa-Israyeli, zithi: ‘U-Abhrahama wayeyedwa, wadla ifa lezwe, kodwa thina sibaningi, siliphiwe lona libe yifa lethu.’


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ