UJeremiya 51:62 - IsiZulu 202062 uthi: ‘Simakade, Wena ukhulumile ngale ndawo ukuthi uzoyiqeda ukuze kungabi bikho muntu nasilwane okuhlala kuyo, ngoba izokuba yihlane, kuze kube phakade.’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE62 uthi: ‘Jehova, wena ukhulumile ngale ndawo ukuba uyinqume ukuze kungabikho muntu ohlala kuyo, umuntu nasilwane, ngokuba iyakuba yihlane kuze kube phakade.’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202462 Uzakuthi: O Jehova, wena ukhulumile ngalendawo ukuyiqeda, ukuthi kungasala muntu kuyo, kungabi khona muntu kumbe isilwane, kodwa ukuthi ibe yinkangala kuze kube nininini. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
bheka, ngiyakuthumela, ngilande yonke imindeni esenyakatho,” kusho uSimakade, “noNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, inceku yami. Ngiyakubaletha kuleli lizwe nakwabakhileyo kulo, nakuzo zonke lezi zizwe ezibazungezileyo, ngibabhubhise baphele nya, ngibenze ezibukwayo, into enximfelwayo nencithakalo yaphakade.