Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 51:61 - IsiZulu 2020

61 UJeremiya wathi kuSeraya: “Kuyakuthi nje lapho ufika eBhabhele, uqikelele ukuba uwafunde wonke lawa mazwi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

61 UJeremiya wathi kuSeraya: “Ekufikeni kwakho eBabele bhekisisa ukuba ufunde onke lawa mazwi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

61 UJeremiya wathi kuSeraya: “Uma ufika eBabele, ubone, ufunde onke lawa mazwi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 51:61
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJeremiya wawaloba emqulwini wonke amazwi enhlekelele yonke eyayizokwehlela iBhabhele; wonke lawo mazwi alotshwe mayelana neBhabhele.


uthi: ‘Simakade, Wena ukhulumile ngale ndawo ukuthi uzoyiqeda ukuze kungabi bikho muntu nasilwane okuhlala kuyo, ngoba izokuba yihlane, kuze kube phakade.’


Kuthe uJesu esephumile ethempelini, wahamba, kwasondela abafundi bakhe, bamkhombisa izakhiwo zethempeli.


Kuthe lapho ephuma ethempelini, omunye wabafundi bakhe, wathi kuye: “Mfundisi, ake ubheke ubuhle balawa matshe nobuhle balezi zakhiwo!”


Kuyakuthi uma le ncwadi seniyifundelwe, bese niqinisekisa ukuthi iyafundwa nasebandleni laseLawodikheya, nani niyifunde leyo ncwadi evela eLawodikheya.


Ngiyaniyala eNkosini ukuba le ncwadi ifundwe kubo bonke abazalwane.


Ubusisiwe lowo ofundayo nalabo abezwa amazwi alesi siphrofetho, bese bekugcina okulotshwe kuso, ngokuba isikhathi sesiseduze.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ