Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 51:52 - IsiZulu 2020

52 “Ngakho bheka, ziyeza izinsuku, lapho ngiyozijezisa izithombe zalo ezibaziweyo, kulo lonke izwe lakhona kuqume abalimeleyo,” kusho uSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

52 “Ngalokho bheka, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “lapho ngiyakuzihambela izithombe zalo ezibaziweyo, ababulawayo babubule ezweni lonke lalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

52 “Ngakho-ke, bheka, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “lapho ngiyakwahlulela izithombe zalo ezibaziweyo, ezweni lonke lalo abalimeleyo babubule.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 51:52
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Makufike isomiso emanzini alo, aze ashe, ngokuba yizwe elinezithombe ezibaziweyo, bahlanyiswa yizithombe zabo ezibaziweyo, ezesabekayo.


Ngakho bheka, ziyeza izinsuku, lapho ngiyozijezisa izithombe ezibaziweyo zaseBhabhele, izwe lakhona lijabhe, bonke ababuleweyo badindilize kulo.


Ngiyakuthumela kulo ubhubhane negazi ligeleze emigwaqweni yalo. Abadliwe yinkemba bayakudindiliza kulo nxazonke, bayakukwazi ukuthi nginguSimakade.


Ngiyakuziqinisa izingalo zenkosi yaseBhabhele, ngibeke inkemba yami esandleni sayo, kepha ngiyakuzephula izingalo zikaFaro, abubule phambi kwayo njengokububula komuntu olinyaziweyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ