Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 51:46 - IsiZulu 2020

46 Izinhliziyo zenu mazingadangali, ningayesabi imibiko eniyizwa ezweni; lapho ngalo nyaka kufika umbiko othile, kuthi ngolandelayo kufike omunye umbiko; kube nobudlova ezweni, umbusi avukele umbusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

46 Izinhliziyo zenu mazingadangali, ningesabi imibiko ezwakalayo ezweni, lapho kufika umbiko othile ngomunye umnyaka, bese kufika emva kwawo omunye ngomnyaka olandelayo, kube ngubudlova ezweni, umbusi avukele umbusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

46 Futhi ukuze inhliziyo yenu ingapheli futhi nesabe imibiko eyozwakala ezweni; kuyofika inzwabethi kokubili unyaka owodwa, futhi ngemva kwalokho ngomunye unyaka kuzofika umbiko nobudlova ezweni, umbusi emelene nombusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 51:46
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bheka, ngizothumela kuye umoya, uyakuzwa umbiko, bese ebuyela ezweni lakubo, ngimwise khona ngenkemba.” ’ ”


Abakwa-Amoni nabakwaMowabi bamelana nezakhamuzi zasentabeni iSeyiri, bababhubhisa baphela nya. Kwathi sebeziqothule nya zonke izakhamuzi zaseSeyiri, base bephenduka babulalana bodwa.


UNkulunkulu uyidangalisile inhliziyo yami. uSomandla ungethusile,


Uma uxega amadolo ngosuku lokuhlupheka, amandla akho mancane.


“Ngizonyakazisa abaseGibhithe bavukelane bodwa, umfowabo alwe nomfowabo, umakhelwane alwe nomakhelwane, umuzi ulwe nomuzi, nombuso ulwe nomunye umbuso.


Ungesabi, ngokuba nginawe, ngiyakuletha abozalo lwakho bevela empumalanga, ngikuqoqe nasentshonalanga.


“Kepha ungesabi wena Jakobe, nceku yami; ungadangali, Israyeli, ngokuba bheka, ngiyakukusindisa usendaweni ekude; ngisho nabozalo lwakho ezweni abathunjelwe kulo. UJakobe uyakuba ongaphazanyiswa lutho, avikeleke, angasatshiswa muntu.


Ungesabi wena nceku yami, Jakobe,” kusho uSimakade, “ngokuba nginawe; ngiyakuqeda ngokuphelele zonke izizwe engikuxoshele kuzo, kodwa wena angiyukukuqeda. Ngiyakukuyala ngobulungiswa, angiyukukuyeka ngingakujezisi.”


Kepha uma sekuqala ukwenzeka lokho, sukumani nime, niphakamise amakhanda enu, ngokuba ukuhlengwa kwenu sekusondele.”


Ngesikhathi eshaya amacilongo angama-300, uSimakade wenza ukuba izitha zibulalane zodwa, yonke impi yesitha; impi yabaleka yaze yayofika eBhethi Shitha ngaseZerera, nasemngceleni wase-Abhela Mehola ngaseThabhathi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ