UJeremiya 5:10 - IsiZulu 202010 “Khuphukelani ezingangeni zalo, nilibhubhise, nokho ningaqothi imbokodo nesisekelo kulo; susani amagatsha alo, ngokuba akusiwo akaNkulunkulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 “Khuphukelani ezingangeni zalo, nilichithe, ningaliqedi ngokupheleleyo nokho; susani amagatsha alo, ngokuba awasiwo akaNkulunkulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202410 Khuphukelani ezindongeni zalo nichithe; kodwa akupheli; susa izinhlangothi zalo; ngoba abasibo abakaJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
bheka, ngiyakuthumela, ngilande yonke imindeni esenyakatho,” kusho uSimakade, “noNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, inceku yami. Ngiyakubaletha kuleli lizwe nakwabakhileyo kulo, nakuzo zonke lezi zizwe ezibazungezileyo, ngibabhubhise baphele nya, ngibenze ezibukwayo, into enximfelwayo nencithakalo yaphakade.