UJeremiya 49:12 - IsiZulu 202012 Ngokuba usho kanje uSimakade, uthi: “Uma labo okungafanele baphuze endebeni, bephuzile kuyo, pho kungani wena ungenakujeziswa na? Ngeke uyekwe ungajeziswa, impela nawe uyophuza kuyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Ngokuba usho kanje uJehova, uthi: “Bheka, labo okwakungesibo okwabo ukuphuza indebe bayakuyiphuza nokuyiphuza; ubuyakuba ngongenacala na? Awuyikuba ngongenacala, ngokuba uyakuyiphuza nokuyiphuza. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202412 Ngokuba usho kanje uJehova, uthi: “Bheka, labo okwakungesikho ukuphuza endebeni bayakuphuza impela; futhi nguwe oyohamba ungajeziswa nhlobo? ngeke uyeke ukujeziswa, kodwa kumelwe nakanjani uphuze kuso. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |