UJeremiya 48:44 - IsiZulu 202044 “Obalekela ukwesaba, uyakuwela emgodini; okhuphuka emgodini, abanjwe wugibe; ngokuba ngiyakwehlisela lezi zinto phezu kwabakwaMowabi, ngonyaka wokujeziswa kwabo,” kusho uSimakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE44 “Obalekela ukwesaba uyakuwela emgodini, okhuphuka emgodini uyakubanjwa ogibeni, ngokuba ngiyakwehlisela phezu kwabo, phezu kukaMowabi, umnyaka wokujeziswa kwabo,” usho uJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202444 Obalekela ukwesaba uyawela emgodini; futhi lowo ophuma emgodini uyobanjwa ogibeni; ngoba ngiyoletha phezu kwalo unyaka wokuhanjelwa kwabo phezu kukaMowabi,” kusho uJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |